Ingane esanda kuzalwa itholwe ilahlwe phezu kwesitamukoko ePolokwane izolo e-Extension 75, ePolokwane.
Amanye amalungu omphakathi athe abezitshela ukuthi kungenzeka ukuthi bekukhala ikati kodwa kuthe uma elalelisisa athola ukuthi ingane ibikhala futhi isivele yagodola kakhulu.
Icala libikiwe esiteshini samaphoyisa endawo

