Owesifazane ugwazwe wabulawa yisoka phambi kwengane yakhe eneminyaka emine ubudala
Igama lalo wesifazane nguNqobile Mthethwa.

Lesi sigameko senzeke eNtshawini, KwaDukuza, KwaZulu-Natal.
Imbangela yokubulala ibingakaziwa kanti umbulali uzinikele emaphoyiseni.


