16 Apr 2026, Thu

Owesifazane udutshulwe washona, isidumbu safakwa esakeni, salahlwa emfuleni uMlalazi

Owesifazane udutshulwe washona, isidumbu safakwa esakeni, salahlwa esakeni emfuleni uMlalazi

ULungile Mkhize obedukile utholwe edutshuliwe isidumbu sakhe safakwa esakeni saphoswa emfuleni uMlalazi.

Lo wesifazane kuthiwa uphume ekhaya ngemuva kokuthi umngani wakhe emshayele ucingo ukuthi bamhlangabeze edolobheni, kodwa wagcina eseya khona wangabe esatholakala njengoba etholakale eshonile walahlwa emfuleni.


Amaphoyisa athembise ukuthi azophenya kabanzi ngalesi sigameko.

Lesi sigameko senzeke eMthunzini, KwaZulu-Natal.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *