17 Apr 2026, Fri

Ilungu le-MK Party lidutshulwe labulawa kwathi ababili balimala ngesikhathi somkhankaso wokuqasha eSoweto.

Ilungu le-MK Party lidutshulwe labulawa kwathi ababili balimala ngesikhathi somkhankaso wokuqasha eSoweto.

IQEMBU leMK Party lifuna izimpendulo eziphuthumayo kanye nokuziphendulela ngemuva kokudutshulwa kwamalungu amathathu alo ngesikhathi kunomkhankaso ehostela laseDube, eSoweto izolo.

Ilungu elilodwa lishone kabuhlungu ngenxa yokulimala, amanye amabili aphuthunyiswa esibhedlela.

Kusolwa i-IFP ukuthi yiyona enesandla kulesi sigameko.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *