15 Apr 2026, Wed

Kushone I-Food Vlogger Ngemuva Kokudla Inkalankala “Devil Crab” Ngenxa ye-Content

Kushone I-Food Vlogger Ngemuva Kokudla Inkalankala “Devil Crab” Ngenxa ye-Content Yevidiyo Ezinkundleni Zokuxhumana

I-food vlogger yasePhilippines, uEmma Amit (51), ushone ngomhlaka-6 kuNhlolanja 2026 ngemuva kokudla inkalankala ebizwa nge-Zosimus aeneus*
, eyaziwa nangokuthi “devil crab,” ngesikhathi eqopha ividiyo yezinkundla zokuxhumana ePalawan.

Kubikwa ukuthi uthole ukuquleka okubangelwe ubuthi obunamandla obaziwa nge-tetrodotoxin. Naphezu kwemizamo yokumsiza ngokwelashwa, akakwazanga ukusinda.

Lesi sigameko siphinde saxwayisa ngobungozi bokudla izilwane zasolwandle ezingaziwa noma ezinobuthi.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *