15 Apr 2026, Wed

UDr Khehlelezi Uthi Uchithe Ngaphezu kuka R9 Million Ukweseka iMK Party

UDr Khehlelezi Uthi Uchithe Ngaphezu kuka R9 Million Ukweseka iMK Party

UDr Khehlelezi uveze ukuthi usechithe imali engaphezu kuka R9 million ukweseka imikhankaso yeqembu lezepolitiki iMK Party.

Uthe le mali uyisebenzise ngothando futhi ukusiza iqembu emikhankasweni yalo ehlukahlukene ukuze likwazi ukufinyelela emphakathini nokukhulisa ukwesekwa.

Ngakolunye uhlangothi, u Mzimbukhalimali Dlamini naye uthe usefake isandla ngokweseka iqembu ngemali engaphezu kuka R2 million.

Laba bobabili bathi banqume ukweseka iMK Party ngoba bekholelwa ezinhlosweni zayo.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *