18 Apr 2026, Sat

Umkhulu unukubeze ngokocansi ingane enonyaka owodwa (1) ngemuva kokuyilanda ecreche

Kuvele udaba olushaqisayo lapho umkhulu enukubeze ingane encane ngemuva kokuyilanda ecreche.

Ngokwemibiko, lo mkhulu uye waya e-crèche wayolanda umzukulu wakhe ngaphambi kwesikhathi esijwayelekile. Kodwa ngesikhathi sokumlanda esivamile, ugogo wengane wafika e-crèche watshelwa ukuthi ingane seyilandwe kudala ngumkhulu wayo.

Ugogo washesha wabuyela ekhaya ukuyobheka ukuthi ingane iphephile yini. Kubikwa ukuthi lapho efika, wathola isimo esingafanele lapho lo umkhulu kuthiwa ubesematasa enukubeza ingane encane.

Umphakathi ukhombise ukushaqeka nokudabuka okukhulu ngalesi sigameko.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *