21 Apr 2026, Tue

Akasekho emhlabeni umlingisikazi wakuleli uCynthia Shange (76), oshonele esibhedlela. 

Akasekho emhlabeni umlingisikazi wakuleli uCynthia Shange (76), oshonele esibhedlela.

Kubikwa ukuthi ushone namuhla esibhedlela uCynthia Shange, eneminyaka engu-76 ubudala.

UShange ubaziwa kakhulu ngendima yakhe njengo mama kaThandaza kumdlalo odumile wethelevishini uMuvhango, lapho aveza khona ikhono lakhe lokulingisa elithinta izinhliziyo zababukeli abaningi.

Ngaphandle kwalokho, wenza umlando ngokuba owesifazane wokuqala omnyama ukumela iNingizimu Afrika emncintiswaneni kaMiss World ngo-1972.

Ukudlula kwakhe emhlabeni kushiye isikhala esikhulu embonini yezokuzijabulisa nakubalandeli bakhe abaningi.

Sengathi umphefumulo wakhe ungaphumula ngokuthula. 🕊️

 

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *