28 May 2026, Thu

I-EFF ifuna uNgqongqoshe wamaPhoyisa uMnuz Senzo Mchunu esule esikhundleni

I-EFF ifuna uNgqongqoshe wamaPhoyisa uMnuz Senzo Mchunu esule esikhundleni

Lokhu kulandela amafayela akhishwe nguGeneral Mkhwanazi mayelana nenkohlakalo ohlelweni lwezokuphepha kuleli.

Kwi-video esanda kusabalala uSenzo Mchunu uthe ubengakayiboni inkulumo zikaMkhwanazi ngoba umatasatasa kodwa uzoyibuka uma ethola isikhathi.

Kanti abanye bakhathazekile ngokuphepha kukaMkhwanazi kwazise usethinte isidleke sezigebengu nenkohlakalo

Enkulumeni yakhe uMkhwanazi uveze ukuthi akakugqizi qakala ukuphepha kwakhe 🥹phela ekugcineni sizofa sonke.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *