25 Apr 2026, Sat

UBonginkosi Khanyile uthi uFloyd Shivambu Akakwazi ukuhola Inhlangano yezepolitiki 

UBonginkosi Khanyile uthi uFloyd Shivambu Akakwazi ukuhola Inhlangano yezepolitiki

Isishoshovu uBonginkosi Khanyile siphumele obala sathi uFloyd Shivambu akakwazi ukuhola inhlangano yezepolitiki.

“Ungafunda kodwa uswele izeluleko ezihlakaniphile, iMayibuye ngeke iphumelele, uShivambu akayena umuntu ongakwazi ukuqala nokuhola inhlangano,” kusho uKhanyile.

Wengeze ngokuthi uShivambu uzogcina ebuyele kwi-MK Party, futhi bazomamukela ngezandla ezimhlophe.

“Nakanjani uzobuya, futhi sizomamukela ngenjabulo,” kuphetha uKhanyile.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *