U-Ayesha Mamfanyana wase Gugulethu eCapetown ushaywe kanzima isoka lakhe waze washona.
Ngokwemibiko, isoka lakhe ngemuva kokumbulala lasebenzisa izinkundla zakhe zokuxhumana lixoxa nabangani baka mufi.
Imininingwane eyengeziwe ngalolu daba izokwabiwa ngokuhamba kwesikhathi.

