25 Apr 2026, Sat

Kudutshulwe kwashona abesilisa ababili, abanye ababili balimala kulandela umbango womhlaba

Kudutshulwe kwashona abesilisa ababili, abanye ababili balimala kulandela umbango womhlaba

Usale ukhungathekile umphakathi waseGa-Matsepe village eTafelkop kulandela ukudutshulwa kwamadoda amane endaweni ngoMgqibelo.

Lokhu kulandela ukuthi kudutshulwe kwabulawa abantu ababili kwathi ababili balimala kanzima.

Ngokwemibiko, abalimele baphakathi kweqembu okusolwa ukuthi beliqola abashayeli bamaloli imali, bethi abashayeli bebemba isihlabathi endaweni yabo.

Lena indaba ethuthukayo.. ulwazi olwengeziwe luzolandela njengoba udaba luqhubeka.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *