19 Apr 2026, Sun

Ugwetshwe odilikajele abane owesifazane owabulala izingane zakhe ezine ngoshevu

Ugwetshwe odilikajele abane owesifazane owabulala izingane zakhe ezine ngoshevu

UZinhle, owesifazane, ugwetshwe odilikajele abane ngemuva kokubulala izingane zakhe ezine ngoshevu, uthole udilikajele ingane ngayinye.

Enkantolo, uZinhle uvumile ukuthi wasabela ngesikhwele esikhulu ngemva kokuthola ukuthi ubaba wezingane zakhe ezimbili unezinye izintombi. Ebuyela ekhaya, wathenga ushevu, wapheka ukudla kwezingane, waziphakela, wabe esefaka ushevu ekudleni kwezingane zakhe.

Izingane zakhe zazingu:

Minenhle, eneminyaka engu-8

Blessing, eneminyaka engu-7

Shaniqua, eneminyaka engu-4

Ethen, onenyanga ezi-11

U-Ethen, ingane encane kakhulu, wagcoba ushevu ebeleni, wabe esemncelisa waze washona.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *