18 Apr 2026, Sat

Akasekho emhlabeni owesilisa obedume ngokudla othayela abarusile ngenxa ye-content

Akasekho emhlabeni owesilisa obedume ngokudla othayela abarusile ngenxa ye-content

Ubekwe endlini yakhe yokugcina owesilisa wase Brazil obedume ngokudla othayela abarusile.

Lo wesilisa wazakhela udumo ezinkundleni zokuxhumana ngokwenza ama-content lapho ebonakala eluma futhi ehlafuna irust yothayela. Ngokwemibiko, le ndlela ayeyenza yaba nomthelela omkhulu empilweni yakhe, njengoba izinto ayezidla zamlimaza ngaphakathi emzimbeni, kwagcina ngokuthi ashone.

Udaba lwakhe luvuse izingxoxo eziningi, abaningi bexwayisa ngobungozi bokwenza i-content eyingozi ngenxa yokufuna udumo ezinkundleni zokuxhumana.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *