15 Apr 2026, Wed

UMengameli uCyril Ramaphosa uvule ngokusemthethweni iNelson Mandela Rules Training Academy

UMengameli uCyril Ramaphosa uvule ngokusemthethweni iNelson Mandela Rules Training Academy

UMengameli uCyril Ramaphosa usevule ngokusemthethweni iNelson Mandela Rules Training Academy eseDrakenstein Correctional Facility. Lesi sikhungo sizogxila ekufundiseni nasekuqeqesheni iziboshwa ngamakhono ahlukene ukuze zilungiselelwe impilo eziizobhekana nayo ngemva kokuphothula izigwebo zazo.

Le ndawo iyona kanye lapho uNelson Mandela ahamba khona eya enkululekweni mhla ziyi-10 kuNhlolanja 1990, okuyisigameko esabalulekile emlandweni waseNingizimu Afrika.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *