Kubulawe owesilisa eMadadeni Section 6
Kubikwa ukuthi kudutshulwe kwashona owesilisa eMadadeni Section 6 ngase mafemini. Kusolakala ukuthi lo wesilisa ubefuna ukugqekeza kwenye yamafemu endaweni.
Kuthiwa ngesikhathi ebona ukuthi sekunengozi, wabaleka kodwa wadutshulwa. Uqhubekile wagijima waze wayoshonela ngasesitolo saseCelangotho.


#IzindabazeSambane #SibuyaNazoZishisakwiSAMBANE #IsambaneNews #SibuyaNazoZishisa #news #izindaba #localnews
Umthombo: Sandile Mahlaba

