30 Aug 2026, Sun

“ANGISOZE NGIHAMBE ENINGIZIMU AFRIKA, NGISHIYE IMPILO ENGCONO” — OWESILISA WASE-NIGERIA.

“ANGISOZE NGIHAMBE ENINGIZIMU AFRIKA, NGISHIYE IMPILO ENGCONO” — OWESILISA WASE-NIGERIA.

Owesilisa waseNigeria ohlala eParklands, eKapa, uthi akanazo izinhlelo zokushiya iNingizimu Afrika, njengoba ethi impilo yakhe kuleli iyamzuzisa ngokwezimali.

Lomlisa usebenza esitolo esikhulu (shopping mall) futhi ithi imali eyithola emsebenzini wakhe wenza angasiboni isizathu sokubuyela eNigeria njengoba ephila kahle kuleli.

Le nkulumo iza ngesikhathi iNingizimu Afrika ibhekene nengxoxo eshubile mayelana nokufika kwabantu bakwamanye amazwe, ikakhulukazi labo abangenazo izincwadi ezisemthethweni zokuhlala kuleli.

#IsambaneNews #IzindabazeSambane #news #izindaba #abokufika

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *