17 Sep 2026, Thu

 “SIYAKUTHANDA MATAMELA WETHU,” — ABANTU BAFISELA URAMAPHOSA UKULULAMA NGOKUSHESHA

“SIYAKUTHAND MATAMELA WETHU, LULAMA BABA WETHU” — ABANTU BAFISELA URAMAPHOSA UKULULAMA NGOKUSHESHA

Abantu baseNingizimu Afrika bathumele amazwi okululama ngokushesha kuMengameli Cyril Ramaphosa, kulandela umbiko wokuthi akaphilile futhi welulekwe odokotela bakhe ukuthi aphumule ekhaya.

Abanye bathi:

“Siyakuthanda Matamela wethu, lulama baba wethu.” ❤️🙏

Lokhu kuza ngemuva kokuthi iHhovisi likaMengameli libike ukuthi uRamaphosa akaphilile, wabe eselulekwa odokotela bakhe ukuthi athathe isikhathi sokuphumula ukuze alulame.

Abantu abaningi sebemfisela amandla nokuthi alulame ngokushesha abuyele emsebenzini wakhe.

🙏 Lulama Matamela!

#CyrilRamaphosa #Matamela #Ramaphosa  #GetWellSoon #IsambaneNews

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *