28 May 2026, Thu

UMokonyane uthi uMabuza ubezibophezele empumelelweni ye-ANC

UMokonyane uthi uMabuza ubezibophezele empumelelweni ye-ANC

IPhini likaNobhala Jikelele wokuqala we-ANC, uNkk Nomvula Mokonyane, uthe uMnuz David Mabuza UMokonyane uthi uMabuza ubezibophezele empumelelweni ye-ANC zibophezele ekusizeni leli qembu ukuthi liphumelele njengoba lisanda kwehla okhethweni.

UMokonyane uthe uzibophezele ukusebenzisana ne-ANC ukuze i-ANC ilulame ezinkingeni.

“Ubekhathazekile ngokuthi sikuphi wazimisela ukumtholela indawo azosebenza kuyo, wazibona engumgqugquzeli we-ANC.

OwayeyiPhini likaMengameli udlule emhlabeni ngoLwesine eneminyaka engu-64.

Umndeni wakhe uthi uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuphefumula kanzima kodwa washonela egumbini lezimo eziphuthumayo.

UMokonyane ubekhuluma ngaphandle komuzi wakhe esifundazweni saseMpumalanga izolo. “Kusithokozisile futhi ukuthi uhulumeni waseNingizimu Afrika uthathe isinqumo sokunikeza u-comrade David umngcwabo ofanele iPhini likaMengameli.

“I-ANC eMpumalanga izohlela izinkonzo zesikhumbuzo ezahlukene esifundazweni sonke ezifundeni ezintathu ngesikhathi esifanele. Uhulumeni waseNingizimu Afrika uzoxhumana,” kusho uMokonyane.

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *