Ingeniswe esibhedlela ingane ngemuva kokukhahlelwa yihhashi lakwamakhelwane yalimala
Abasabhekani omakhelwane ngenxa yehhashi lakwamakhelwane elilimaze ingane ebaleni.
Ihhashi laka makhelwane lingene egcekeni layikhahlela esiphongweni.
Kushuthi lah bhuti ingane yam yaydlala la emiyango endlini ngolwesine Kanti kune hhashi ajwayele vele ukuza lana ebaleni..kodwa ngolwesine bhuti angaz kwenzakalan noma waqhamuka ngemuva kilo ngoba ngezwa esehayiza mangiphuma useyopha ihhashi liyazidlela..ngamphuthumisa emthola Mpilo lafika khonake babona ithambo ukuthi lihlephukile basidlulisela be Harry Gwala hospital lasikhona njengamanje.
Okuphatha kabuhlungu umakhelwane akayibheki nengane ukuthi injan uzihlalele akanandab ngicela ungibonise ukuthi ngenzenjan ingane yam ngithole ubulungiswa okwamnje sisesbhedlela ngyacela bhuti nabalandeli bakho ningilekelele


