30 Aug 2026, Sun

UMFANA ONEMINYAKA EMIHLANU OBEKULAHLEKILE UTHOLAKALE ENQUNYIWE, NEZINGALO ZINGEKHO

UMFANA ONEMINYAKA EMIHLANU OBEKULAHLEKILE UTHOLAKALE ENQUNYIWE, NEZINGALO ZINGEKHO.

Kwenzeke isigameko esibuhlungu eFlagstaff, e-Eastern Cape, lapho umfana oneminyaka emihlanu (5) ubudala, obekubikwe ukuthi ulahlekile, kuthiwa utholakele eseshonile.

Ngokwemibiko, umzimba walo mfana utholakale unqunyiwe, kanti kubikwa ukuthi izingalo bezingekho emzimbeni ngesikhathi etholakala.

Lesi sigameko sishiye umphakathi wakule ndawo uthukile futhi udangele.

#IsambaneNews #IzindabazeSambane #news #izindaba #murder

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *