Abantu bathi awasile amawele aseChesterville” ngokweseka i-ANC
Kusuke umsindo ezinkundleni zokuxhumana kulandela ukubonakala kwamawele aseChesterville ngokweseka i-ANC, nokudale ukuthi abanye abantu bawagxeke kakhulu.
Amawele aseChesterville aqhuba imikhankaso yokunxenxa abavoti ukuba bavotele i-ANC okhethweni lohulumeni basekhaya oluzoba mhla zingu-4 kuNovemba 2026.
U-Ironic Raps ungomunye wabasebenzisi bakaFacebook ophawule ngalolu daba, ezwakalisa ukudumala ngezenzo samawele.
Ubhale wathi: “Kanti lamawele awasile, akasekho noyedwa ocabangayo? 💔”

Ukuphawula kwakhe kuveze ukuthi abanye abantu abahambisani nezenzo zala mawele,


