27 May 2026, Wed

Owesifazane uthi uthanda ucansi, uma eshelwa ngathi angalala nowesilisa same time

Owesifazane uthi uthanda ucansi kakhulu, uma eshelwa ngathi angalala nowesilisa same time.

Bhuti umsizi uyaphila? nginenkinga la mhlasimpe ngingaluthola usizo ebantwini ngoba nam angazi mhlampe kuwukugula loku okungiphethe mina bhut angikwazi ukwala ngivuma zonke angikhethi nginenkinga yokuthanda ucansi ngalendlela eyedlulele mengike ngashelwa nje oweslisa ngifisa sengathi angayeka ukuloku eshela sivele senze i plan lokuthi silalane ngoba ngisheshe ngiyfune imizwa yami iphezulu kakhulu manje ngiphatheka kabi ngoba ngijike ngibe yihlazo kuhlekiswe ngami endawen sebeze bangethe igama bathi ngiwu Mdu bona laba abahlekisa ngam yobona abajike beze kim bangicele futhi ngoba bayaz angeke ngale vele akwaleki mengabe kukhona oxabene nentombi yakhe bathi kuye awuyi ngani kuMdu uyopholisa ikhanda bahleke bathi mina ngiwu mduduzi wehliziyo zamadoda bhuti angisathandi nam bengicela nje uma kukhona oke waba nenkinga efana neyami angisize uma kuwukugula kulashwaphi angisathandi ukuba yihlazo ngalendlela.

 

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *