19 Sep 2026, Sat

Umsekeli kaNgizwe uthi usezophelelwa isineke uma amalungu e-EFF eqhubeka nokubacasula eNanda

 

Omunye wabasekeli baka Ngizwe Mchunu uthi usezophelelwa isineke uma amalungu e-EFF eqhubeka nokubacasula e-Inanda.

Lo msekeli uveze ukuthi ukungqubuzana okuqhubekayo phakathi kwabo kungadala ukuthi izimo zishube kakhulu, wathi ngeke aqhubeke nokubekezelela lokho akubona njengokucasulwa nokungahlonishwa.

Buka ividiyo ngezansi 👇

Umyalezo wakhe uza ngesikhathi kusabhekwa isimo eNanda kulandela ukungqubuzana okubikwe phakathi kwabasekeli be-EFF neqembu likaNgizwe Mchunu.

Abaholi nabalandeli bamaqembu bayacelwa ukuthi bagweme izenzo ezingadala udlame, ukuze kugcinwe ukuthula nokuphepha emphakathini.

#Inanda #NgizweMchunu #EFF #KZN #News

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *